Iphasika elimnandi
Oh...What a blessed.... iphasika!!!!!!
Laze langiphatha kahle iphasika lalonyaka! Impela kuliqiniso ukuthi imbongolo idla emthwalweni!!
Kusho ukuthi kunalosisi ongumawengane ka bhuti wami. Igama lakhe u Nonceba . Ekhaya ke bambiza ngokuthi u ka Vico. Kuze bambize ngo ka Vico nje ingoba ungowakwa Ndosi ngesibongo. Cha bandla ave ungikhonzile u ma Ndosi. Angazi noma lokhu kungikhonza kwakhe kangaka kwenziwa indlela esifana ngakhona no bhuti wami u Mhloh. Kodwa ke bandla ngingeke ngambeka icala u Nonceba...ngoba akusiye yedwa oke akhulume indaba yokuthi sifana ngenye indlela sinobhuti wami. Abanye abantu nje uma ethathe wangananaka kahle....uthuka esexoxa indaba mina engingayazi...ngoba ecabanga ukuthi ukhuluma no Mhloh. Sesaze sakwejwayela ukuzwa abanye abantu besibiza ngamagama lomunye komunye. Cabanga ke lomuntu engifana naye kangaka sehlukaniswe umuntu phakathi kwethu...angimelami nakumelama.
Umehluko ke nokho ophakathi kwethu... ukuthi ubhuti...ave ekholwa bandla...kanti mina nokho angisiye umuntu olikhonzile nanesonto lelo. Noma lapha ekhaya kuhanjwa isonto lama Roma kodwa yena wamane waphuma eceleni nje njengojosaka...wayozikhethela ukukhonza kuleli sonto labasindisiweyo. Cha ke nokho bandla akekho onenxa nokuthi u Mhloh ukhonza kuphi.... Ikakhulukazi mina ukuthi kukhonzwa kuphi kanjani....cha akungikhathazi neze.
Yize khona ke unokuvela umehluko ngezinye izikhathi...ingani kuke kumane kwenzeke nje uzwe ubhuti esekhuluma indaba yokuthi kuzokhonzelwa khona ekhaya kithi. Well....ubudukluduklu nobuklava klava bamanothi ekhibhodi akekho ongawathandi. Ngisho nesalukazi sami imbala...lesi esingizalayo engisazi kahle kamhlophe ukuthi siyi Roma kokuqala nelokugcina...usithola sesigida size siphakamise izandla kube njeya. Cishe okunye okwafike kwasihlaba umxhwele isalukazi sethu lesi esiwumama....ukuthi u Mhloh kuthi kade aziwa ukuthi uluhlaza kangakanani...futhi nohlobo lwabangani bakhe ayeshomene nabo bawuhloboluni...kubonakale kushintsha konke lokho. Waqala wahamba ngendlela ebathokozisayo abazali manje. Kepha kukho kolo lonke loluguquko olwase lubonakala kubhuti wami...munye umuntu ababehlale bebabaza ikhono lakhe lokushintsha impilo kabhuti ibuyele kweqondile.
Ingani ubhuti even before athathe isinqumo sokuphendukela kubasindiswa...wabe esevele enengane nalosisi u Nonceba. Kepha okwakumangaza abantu abaningi kwabe kuwukubona nokwazi ukuthi u Nonceba uthandana kanjani no Mhloh....ekubeni u Nonceba wabe aziwa nje ukuthi lenkonzo yabasindiswa uyizwa ngaphakathi....futhi engagcini ngokuyizwa ngaphakathi kepha ephinde akufakazele ukusindiswa kwakhe. Lapha ngikhuluma ngumuntu owayengu chorus leader cishe kuzo zonke izinkonzo engangike ngizibambele. Eshumayela bo umntaka Ndosi.... eqeqebula. Kepha ke eyabantu ababili kayingenwa. Lokhu ngikusho ngoba labo ababenokushaya amakhala ngokuthi u Nonceba angakwenza kanjani ukuthi athi esindisiwe kodwa abe esaqhubeka nokuthandana nomuntu ongakholwa...u Mhloh. Yebo ngoba bayazikhuluma izindaba zabantu abanye abantu kepha bengenalo iqiniso eliyimbangela yalokho okusuke kwenzeka ngaleso sikhathi. Impela ngiyaphinda ngiyabuza....njengoba laba bobabili basebenengane nje futhi bethandana.... kwasekufanele behlukane manje ngenxa nje yokuthi lo wesifazane usindisiwe lo owakithi akasindisiwe???? Uze uzwe abanye bekhuluma yonke zonke izinto lezi...abanye bethi...u Nonceba udlala ngabantu akukho kusindiswa laphaya kuye. Abanye baze bakhulume nezinto ezingabafaka ejele...bethi u Nonceba uhlalele ukuhushulana nezisu....noma ngingazi ukuthi yonke leyonkulumo bayisusela kuphi....kodwa okusalayo iyangicasula ngoba akekho umuntu ongaboni ukuthi usindisiwe ngempela u Nonceba.
Yazi ngisho efikile lapha ekhaya elethe ingane....njengoba esesindisiwe nje angikhumbuli nangelilodwa ilanga elala endlini ka Mhloh. Lokho kukodwa nje kwaba sengathi kumakhela olukhulu ugazi lolu lapho ekhaya....wavele wathandwa cishe yiwo wonke umuntu. Heee...mina ngikhuluma ngomuntu okuthi uma kwenzekile wabakhona nje lapha ekhaya...noma kanjani angeke kulalwe kungakhulekwanga ngokuhlanganyela...uholwa uye uqobo kwayilowo mkhuleko. So zivele zingidide ke zonke lezi zinkulumo ezinohlalwane ngaye. Angazi noma ngabe sengiphume kakhulu yini esandleni...njengoba wanele wakhuluma indaba yokuthi bazobe bene phasika egoli...manje ubengafisa ukuhamba nami uma bevuma lapha ekhaya. Noma ngangingayizwa kahle nje indaba yokuyoqhomoloza lee koma Goli...nakhona ngiyosonta...kepha ngoba kwabe kukhulunywa nge Gauteng...i Goli lapho kuthiwa ikwanyama kayipheli....kuphel'amazinyendoda...ngayizwa ibhakuza kancane inhliziyo yami. Kuthe beyikhuluma lendaba ekhaya ngamane ngazishaya ongathi akathandi...kepha ngizwa ngaphakathi ukuthi inhliziyo ijiva nephaphu ngenxa yokujabulela ukuyobona i Goli nje kukodwa.
Noma khona ngingenalwazi lokuthi abobani abayobe behamba nathi kulolo hambo oluya egoli....kodwa ngesizathu sokwazi ukuthi ngiyobe ngihamba futhi nginakekelwe isikwiza sami esiwu Nonceba...ngiyizwe ithi cosololo inhliziyo yami. Phela ngiyazithandela amantombazane amahle ngengo Nomcebo. Futhi isono sami sinye nje kuphela esokuthanda amantombazane.... ngisho nasekhaya bahlezi bengibhadama nginyonyobisa okungamantombazane. Futhi ngiyalwazi uhlobo lwami.... ilenhlobo efudumele nje. Uma ngikhuluma ngokufudumala ngisho loluhlobo lwezingane olupakile olungazona izilenda lezi ezize zibizwe ngabo #two slice. Ngisho nabangani bami nje ...ngishaya ngamapaka izinto ezilahlele amariverse omhlaba. Ngichazeke nakakhudlwana ke uma kuzophinde kube isgqebhezana....kuvele kuthi angife...ngihambe ngize ngitanase.
Manje okungihlanyisa more.... indlela akheke ngakhona iskwiter sami...ubhuti ungathi waqala wabuza kimi ukuthi ugrand yini lomntwana or kanjan. Ingani uwuloluhlobo olungichazayo....upakile ushaya ngamahips okungathi waqale wahlala phansi no Mdali waba nomhlangano naye ezicelela lokho okwakuzomfanela... laphaya phansi ushaya ngamanye nje ama curves...amenza kuthi uma ehamba kube sengathi kukhona okulokhu kumphushela le na lena. Akanayo imicondo kodwa unyathela ngabantwana. Ushile la esinqeni khona uma esefake lezi ziketi zabo ezivele zibenze ama lady ...ubona ngisho o brada bephenduka naye kwasakumeba. Qede azolahlela i deri evele izogcwala isifuba qede athi ukuyibopha ngo bra...avele kube sengathi uzogabisa ngalokho anakho. Cabanga ke lomuntu unebala elimpufunyana nje oku light..cishe engakosindiswa babembiza ngo yellowbone. Ubuso obusandilinga....obufanelwa amehlo akhona amakhulu...bese kuzothiwa cwaaa ikhadlana elincane elisekelwe izindebe zomlomo opendwa nge lipglosse...kanti uma umbukisisile kunehwanqana elithile elisho ngezinwele ezithambile elenza kuze kube sengathi laphaya phezu kwalowo mlomo kunamadevana athile nje athambile. Ilenhlobo enomqala okungathi inemibhenqwana nje eyakheke kahle esekele isihlekehleke sekhanda elilukwe i dread.... what.... what....ebonvana efanelana nobuso bakhe. Cha muhle impela u Nonceba....khona nje njengoba ezilungiselele indlela....cha uyababa shame.
Okubi ke kukho konke lobu buhle ukuthi ....
1....mdadlana kimi cishe ulingana nosisi wami lo engimelamayo.
2...akusikhona ukuba serious komuntu wesimame lokhuya...kuvele kube sengathi akafuni kwenzeke nelincane iphutha leli...lokho ngingazi noma vele kudalwa ukuthi kwayena usephenduke isethenjwa kulelibandla lakhe
3...ungu mama wengane kabhuti.
Kodwa ke okuhle... ngobunjalo bakhe..kanjalo nokusondelana kwami naye.... ukuthi ngizohamba ngigcwale istradi...ngoba ngazi ukuthi ngiphethe isibabani eduze kwami. Hleze nje ngizithole sengivuka ngo Mtswana...noma ngemsuthu wase jozi maboneng. Ingani ushilo nangalenkathi sisuka ukuthi uma kukhona engikudingayo ngitshele yena.. so yena uzongiphathisa okwe VIP. Lokho kukodwa kwangenza ngazibona ngizoluthokozela impela uhambo lwethu oluya e jozi.
Well... Kunento ebengingayazi ke ngendaba yamaphasika kanje.... tyooo bayathwala lababantu. Inqwaba yezingubo ezinkulu... izikhwama... imiphako....kuvele kube sengathi akusezubuywa lapho kuyiwa khona. Abake baya ejozi...bakhala ngamakhaza akhona...bathi ave kubanda kuleliyazwe likubuza ukuthi ubafazi bangaki. So.. akekho ke owabe ezimisele ukubuyela e KZN ewumqwayiba ngenxa yamakhaza. Cha bandla nami ngayiphatha indigo yami ewuphenduka engayinikwa umama iyintsha sha isebhokisini lakhona...ngazizwa ngiqina idolo nokho.
Inkinga ke isizovela lapho sekufanele zilayishwe lezi zingubo... nezikhwama...kutholakale ukuthi itrailer obekwaziwa ukuthi yiyo ezolayisha lemithwalo.... ayithelelwanga...Injalo nje ayinaso nesipele sesondo. Ngenxa yokungahleleki kwendaba ye trailer...kumane kucace ukuthi sesiyomane sizame ukuyipakisha khona la kulo iquantum leli esihamba ngalo. Yini ke manje sekuthiwa thina esiyintsha asingene sihlale e back seat. Kwaba yimi ngasewindini qede kwaba u Nonceba eduze kwami....kanye nabanye nomunye u brothers naye ohleli no sisters kuyo le back seat yethu. Kodwa ngendlela izimpahla ezigcwele ngakhona cishe I passege yonke ye quantum igcwele izimpahla. Ezinye izikhwama zigoniwe. Abantu abadala bona bahleli kulezi ezinye izihlalo kuya phambili.
Noma kwakungekho esingakwenza ngoba cishe zozintathu izimoto esabe sihamba ngazo zazigcwele ngendlela efanayo....kodwa ngabona ukuthi u Nonceba nalena enye intombazane bayacikeka. Yebo khona cishe kwakufanelene babe nokucikeka...wawungabona wena indlela ezazi fuhlelwe kithi ngakhona nalezo zikhwama nezingubo sesimane sivele ngamakhanda nje phakathi kwazo. Abantu abadala bemi ngelokuthi zizohleleka uma isihamba imoto....ngivele ngingabe sazi ke ukuthi sezizohlelwa yini uma isihamba imoto zingahlelwanga isamile!!!!
Kwanele kwaba ukuvalwa kwesivalo nje emuva komkhuleko ovutha amalangabi....baqala basho ngengila. Zashushuluza izimoto zilandelana. La ngaphakathi i chorus after chorus. Angazi noma ubude bendlela yini or kwasekuphele wona ama chorus.....baya bekhathala ukuhlabelela....zashushuluza izimoto...naziya ziyodlula ko Martzburg. Ngizwe umshayeli esefake i cd yomculo wokholo emsakazweni ke manje. Kube ima ngiqaphela ukuthi abanye abazalwane sebezunywe ubuthongo balala....sekumane kuzizwakalela ukuduma kwemoto kanjalo nokushintsha shintsha kwezingoma ezidlala emsakazweni. Mina ke uma ngihamba indlela engingayejwayele kuba kancane ukufikelwa ubuthongo....ingani ngisuke ngifuna ukulibona kahle izwe leli engingalazi.
Ishe imoto isikhuphuka ezintabeni manje....nalapho okuvele kuthi uma uzibuka uzwe ufikelwa umzwangedwa....kube sengathi ulahliwe. Ngizwe ngikhumbula emuva ekhaya lapho sisuka khona.
Kulapho engathuka u Nonceba eesencike kimi ngekhanda....naye usemane wazumeka. Njengoba ihamba nje imoto ikhanda lakhe lilokhu liqethuka abuye azokwencika kimi ehlombe. Ngivele ngeqise isandla kube sengathi ngiyamhaga maqede ngizombamba la ehlombe...ingani sengijatshuliswa nakhona nje ukuzithola ngibambele losisi omuhle kanje ongu Nonceba eduze. Nazi nezikhwama la ephaseji phambi kwakhe zimpintshile. Angazi noma ezwe kucameleke kamnandi yini la esifubeni sami....ngimbone esevele ezobeka izandla zombili la phezu kwamathanga ami...maqede ebeka ikhanda lakhe ecamela kuzo.
Ngalendlela aselele ngakhona ke manje ingenze ngithole ithuba elihle lokusina ngizibethele kulobo buhle buka Nonceba. Lapho sekunzima kimi ngisho nokubuka lawa lamathantala amathafa eseyishushuluza kuwo manje imoto. Ingani ngisazibusisa ngiqala ngigcina ngokubukela uNonceba eduze kangaka kwami.
Tyoooo ....muhle nangu umuntuwesifazane!....lapha ebusweni ungathi kuvuleke izimbotshana ezincane zesikhumba sobuso ezimenza kube sengathi ubuso bonke bunokuphuphuzela uboyana obuncane....ushaya ngezinkophe ezinde ezicwebezelayo okungathi zixhunyiwe kanti cha. Bese wazoba namashiya amahle okungathi ananyathiselwe. Njengoba elele phezu kwami enganake nakunaka nje....sengibuka lezi zindebe zomlomo wakhe esibukeka zi soft...ngizwe ngifikelwa umbuzo othi....Mmm ubhuti uqabula izindebe ezinje madoda!
Lapho ngizitika ngokumbuka nje ngikhululekile ingani nginesiqiniseko sokuthi akekho ongibonayo...ngoba izikhwama lezi zibasithle laba esihleli nabo la e back seat. Kanti kwabona manje sebelele abasanake lutho.
Ngithi uma ngicabanga indaba yalezi zindebe zakhe u Nonceba ezicwebezela kamnandi kanje ngizwe inhliziyo ishaya ngokushesha ngizithole senginokuzihlela manje laphaya emathangeni...ngithi ukuhlala ngithande ukuwavula kancane...ngenzela ukuthi acamele kuwo qobo umthondo .Lokhu naye u Nonceba uzilalele nje ucamela phezu kwezandla akanake lutho. Ingani usathane usemane wafika wangihlebela amaqhinga...ingqondo ngavele ngayigxilisa kulomkhuba esengiwuzwa ugcwele ikhanda lami. Ave uyisithutha ke umthondo....ngithe nje lapho nginyakaza ngawuzwa ukuthi... maayeeebabooo!....usuqala ukufukuza manje nawo.
Angisho nje indlela uMdali asidale ngakhona....kuye kuthi uma nje uke waqala wanokuqhanyelwa okwenzakalayo ...kuvele kube sengathi kuvaleka amehlo ungabe sabona ngisho nento engaba nobungozi. Yikho ke lokho okwase kubusa ingqondo yami. Kuphi ke ngoba njengoba sekuze kwafika leyo micabango engqondweni wabe usuthunyelwa umyalezo emthondweni akusekho ukubuyela emuva. Ithi into kimi sengiyolithetha ligcwele....uma kwenzeka ewuzwa u Nonceba umthondo ukuthi usuvele waqhanyelwa...Lokho kube ukuthi kumphatha kabi ...ngizovele ngizishaye umuntu obekobudala ubuthongo lobu. So cishe naye ke uyazi....awukwazi ukulawula ukusebenza komzimba uma ulele.
Ngithi ukusiminca kancane isinqa okungathi ngiyafenda khona ngihleli ngezinqe... ingani lokho ngenzela ukuthi umthondo uthi ukukhululeka. Lapho ngiyawuzwa ke manje ukuthi usufuqa lokhu okwangempela....ngiyawuzwa usuqine ngalendlela yokuthi sengize ngizwe nokuthi esinye isandla sakhe sihleli straight maqondana nekhinqi....wabe usuzoqondana nomlomo wakhe.
Cabanga ke mina vele angiyena nomuntu othanda ukufaka i anda so... cishe lokhu kuqumba kwawo kuwukuthi akalele ubuthongo useyakuzwa naye. Inkinga ngokuqhanyelwa....angeke unganyakazi...ngisho noma ungazama kanjani ukufihla ukuthi kukhona lento osuyizwa manje. Kulapho ke nami sengiphinda ngithi ukusiphusha futhi isinqa okunokufenda. Ngimbone enyakaza naye kube sengathi uyaliphendula ikhanda kuhle komuntu obese enokukhathala ngalendlela alele ngayo...athi ukuliphakamisa kancane qede azixikixe amakhala engangibuki njalo qede alibuyisele ngalendlela abevele elele ngayo.
Lapho alusangishayi kanje uvalo... Inhliziyo ungathi izophuma iqhasha emlonyeni....ingani angazi ukuthi njengoba enyakaza kanjena nje u Nonceba uzothini lapho esevele ehlangabezana nophondo lukabhejane seluqine luwugodo lapho ethi ubuyisela ubuso bakhe uyalala. Angisazi noma ngivele ngimsuse yini phezu kwami noma ngenzenjani...kepha kuthe uma ngimuzwa ebubuyisela ubuso bakhe phezu kwawo umthondo...uphinda futhi umlomo wakhe uqondana ngqo nekhinqi.... ngizwe kungathi ngiyaqhaqhazela. Lapho angisambuki nami ngishaywa amahloni alento engiyenzayo...sengivele ngamane ngalencikisa efasiteleni ikhanda kuhle komuntu olele. Lapho isifuba sesiyabhakuza. Ngizwe ukufudumala komphefumulo wakhe njengoba ephefumulela phezu kwawo umthondo. Ngiwuzwe uthi paqu ... paqu...uthi ukumphakamisa. Ngisabambe umoya nginjalo...kube sengathi ngiyaphupha lapho ngisizwa isandla sakhe sinyakaza... kube sengathi naye lokhu akwenzayo ukwenza ngoba engahlosile. Ngibambe umzimba...ngivale amehlo...kuthi ngesandla sakwa left ebengisibeke ehlombe kuye ngithi ukusiphakamisa... lapho sesiyamfoma umjulukwana.
Ngisizwe futhi isandla sakhe sivele siwubamba kwasakuwuvivinya ke manje umthondo wami...qede athi lapho ethi qwebu amehlo avele ahlangane nawami....ngokushesha ngiwabalekise awami. Ngizibukise into engekho efasiteleni.
Ngimbone enyakazisa isinqa sakhe naye manje kungathi uyasihlela kwasakusishendelisa esitulweni. Lapho usevele wawubamba ngesandla umthondo... ungathi....uwucindezela phansi...qede athi ukuphakamisa kancane ikhanda okungathi ubuka wona qobo umthondo. Awubambe ngqi...ukhona lapho ebhlukweni...maqede avele aphakamise ikhanda angibuke ngqo emehlweni....angasho lutho isikhashana...ngibone ubuso bakhe buchachamba kancane maqede aliphendule abuke ngalapho kuhleli khona laba abanye ababili. Balele bayahonqa...lo ewesifazane useze ucamele ku brothers...qede ubrothers wazogaxa isandla sakwa right kulo wesifazane okungathi izithandani ezithile nje. Iyasha lapho imoto. Isigudla amathantala amapulazi manje uma uthi ubuka le phambili kwi windscreen ubona ugwaqo ulokhu ukubizile nje. Iyasho ingoma ka Vuyo Mokwena... la emotweni. Thenji' weeeeehhh.... Thenji'weeeeehhh....Thenjiweeeee ngegaz'lemvaana....
Balele bonke la ngaphakathi emotweni...ngaphandle komunye u mama nje ozihlalele laphaya kulesi situlo esiphambili uzincelisela ingane yakhe.
Kuthi lapho ephenduka engibuka....ngimuzwe esholo phansi ethi....Hhhaaaa!... ncaneh.....sekumane kwathini???? Esho ngaleso smile sakhe esesinomkhuba phakathi. Ingani unokungibiza ngo ncaneh...esusela ekutheni ngingubamncane ka Amahle ingane ka bhuti. Lapho usho uyaqhubeka nokuwucofa manje umthondo ngaso isandla esisodwa...ulokhu eqalaza ukuthi akekho yini okungabe uyakubona lokhu osekwenzeka. Lapho sengivele ngaphenduka isilima uqobo... amehlo ami ungathi awasaboni kahle....ngizwa ngisindwa ikhanda. Senginokuthuka sengiziluma izindebe zangezansi zomlomo....lapho angisaqhanyelwe kanje sekungathi ngingavele ngiwukhiphele ngaphandle kwebhlukwe khona manje umthondo uke ushaywe umoya.
Ciishe waqiniseka naye ukuthi akekho obona lokhu esikwenzayo.... ngimbone ephakama kancane ubuso bakhe buqondana nobami... ngithi lapho sengizitshele ngaqeda ukuthi uyangiqabula...avele awudlulise umlomo wakhe kowami...qede angihlebele ngezwi elinokuqhaqhazela athi....uwe njalo ongisukelile...angibuke ezimvini zamehlo lapho isandla usesifake phakathi kwamathanga ami ngiyasizwa silokhu sehla senyuka okungathi ufuna ukuzwa izigaqa zamasende ami ukuthi aphela yini.
Qede athi....vula kakhudlwana lelo windi eliseduze kwakho....esho ekhulumela la eduze kwendlebe yami okuthi uzoyiluma. Kuthi noma khona belivele livuliwe iwindi kancane kodwa ngithi ukulivula kakhudlwana.
Kanti ngenkathi ngilivula iwindi yena ube edonsa uziphi webhlukwe lami....ngizwe ngomthondo usuphuma uqhasha ebhlukweni....abe ewubamba ngazo zombili izandla ezifudumele abe ethi.....tyooooo! ncanehh!!!.kanti usokile?????..ngingazi noma ubabaza khona ukusoka lokho or ubabaza indlela suqhanyelwe waqina ngakhona umthondo noma ubabaza ubukhulu bawo.... kodwa ngimane ngimbone ewubamba ewuvivinya nje kuhle kwensizwa ivivinya isiqwayi sayo. Lapho kuphumani khona into esisho ngekhinqi eseliqumbe licwebezela okungathi uzoqhuma....amaphiko lawa okuhlangana khona ikhinqi nobude bomthondo asevuleke ungathi indlovu enamazinyane isicasukile.
Aphinde aqalaze futhi ukuthi akekho yini okungabe usevukile... ..aphendukele kimi ... qede asho kwasakuhleba athi..... ungakhali ke njalo ngoba uwe lo ongisukelile ngizilalele....abe engithi laphalazi ngehlo eqhubeka ewubamba ugcwale isandla ehlisela umlomo wakhe kuwo. Lapho sekuthi angibambelele esihlalweni ngisidonse ngisiqinise. Ingani yena lapho usevele walukhipha ulimi kuhle kwenyoka walinamathisela phezu kwekhinqi..waliqhweba kwaba kabili kathathu...waphakamisa ikhanda wangibuka emoyizela qede wathi.... No .....ngeke sizobanjwa!...A...A...A...No
Lapho sengimbambe emqaleni kwasakumsondeza ...nami ngingazenzi kepha ngenziwa ukuzwa ukushisa nokuhaya kolima luhlangana ne khinqi lami nalo eselivele linokukhiqiza icena ngenxa yokuqhanyelwa.
Please bandla sis Nonceba.... Please!.... Lapho umzimba wami usuqhaqhazela wonke.
Angibuke qede athi....NO!... Lucky...singathini uma sibanjawa la? Siyothi besenzani? .... Can't you wait for the right time???? No ...ngeke this is Not OK....No. ukhuluma nje ulokhu ewubambile elokhu esehlisa esenyusa isandla okungathi ungishayisa idlwabe nice and slowly....isithupha sakhe elokhu esishubuluzisa phezu kwekhinqi elinwayizela. Nakho lokho ngikuzwe kungikitaza kamnandi okungathi angavele aqhubeke angabe sayeka.
Kepha ngenxa yokubuka ubuso bakhe njengoba eqhubeka nokunqaba...ngimane ngizibonele ukuthi lokhu akadlali njengoba enqaba nje. Kodwa ke ngenxa yobumanzi becena ebeselikhiqizwe umthondo....nginesiqiniseko sokuthi angeke kube akalikhothanga njengoba eseke wangidlala ngolimi....Lokho kungenze ngingazi noma mhlawumbe ucikwe ikhona lokho yini....ngizwe nginokufikelwa amahlonyana nje.
Cishe wakubona lokho ukuthi sengithanda ukuba namahlonyana....ngimbone engibuka futhi qede emoyizela bese ethi.... lalela... this is not the right place nor the right time....please wait until we get there...Maybeeee....athi uma esho njalo ngimbone eshonisa ikhanda phansi kuwo umthondo futhi...qede awumunce kakhulu.. ebe ewushayisa indlwabe ngokushesha ....qede avele awususe umlomo abe ezama ukuvala uziphu webhlukwe engibuka emehlweni ethi...uyezwa ke babah...Linda mhlawumbe uzoyithola lento oyijahile. Vala ke ufihle lento yakho asho ahleke.
Lapho angisaqhanyelwe kanje... kubaba umsinsila. Kodwa ngimane ngizizwe nginethenjana emuva kokumuzwa ekhuluma kanjalo. Emuva kwalokho wavele wazocamela esifubeni sami...engibuka okungathi uphethwe amahlonyana athile.....ngingabe sabuza lutho kodwa ngimane ngimsondeze emlonyeni wami naye engibambile engisondeza kowakhe....Siqabulane into ende kuze kube sengathi sesikhohlwe nawukuthi asihambi sodwa la kepha sisendleleni eqonde epahasikeni nabazalwane. Sithe siyeka ukuxhumana ngalowo deep kiss omude....yabe isho ingoma ye Avante....Wee....mzalwane qina....qinah....Wee ...mzalwane ...qina ...qinah
Abe elokhu eshushuluze njalo ama quantum...kuya ngokuba kude emuva eduze phambili
To be continued
Yakhishwa... Uhlevane
Comments
Post a Comment